Ukuphathwa kwengcebo
Tools
General
Gxifa/guqulela
In other projects
Ukuphathwa kwengcebo kuyindlela ehlelekile kwezokuphatha kanye nokutholwa kwalo lonke inani iqembu noma inkampani enesibopho salo. Ukuphatha kwengcebo kungase kusebenze kokubili kwingcebo ebambekayo (izinto ezibonakalayo ezifana nemikhando yokukhiqiza, ingqalasizinda, izakhiwo noma amathuluzi) nakwingcebo engaphatheki (efana nobuciko bomqondo, inhloso enhle noma ingcebo yezezimali ). Ukuphathwa kwengxebo kuyinqubo ehlelekile yokuthuthukisa, ukugidinga, ukunakekela, ukuphefukisa, kanye nokulahlwa kwengcebo ngendlela engabizi kakhulu (okuhlanganisa zonke izindleko, ubungozi, nezibaluli zokuqhogoya).[1]