Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

Lamborghini

Mayelana Wikipedia

Lamborghini

[hlela |Hlela umthombo]
murcialago

I-Lamborghini iwuhlobo lwemonto oludabuka e-itali, Le nkampani yasungulwa ngo 1948 iyenza mamagandaganda yaqala ukwenza izimoto ngonyaka ka 1968[1][2] loluhlobo lwemoto luwela kwitagerie eyaziwa ngokuthi yi-Sports car okuyizimoto ezinekhono lokugijima ngejubane elikhulu kakhulu ukudlula iningi lezimoto ezisemgwaqeni ezivunyelwe ngokomthetho. lenkampani yakwa lamboghini yakhandwa ngu farucio Lamborghini, owaqala ngokwenza inkampani yamagandaganda owokutshala, ngenkathi eyakha lamagandaganda waba necebo lokuba akaqale ukukhanda imoto ezobe inesivinini ezothandwa abantu abanemali futhi abazithandayo izimoto, ukutze aphumelel ekwakheni lemoto wzama ukusebenzisa namankampani nanjengo ejengo ferrari aphethwe ngu enzo ferrari kodwa lapha akazange aphathwe kahle ngoba wajikiswa aphendule kabi lapho kwathiwa ajkayeke ukwenza into angayazi abhekani nokwakha amagandaganda. Lokhu jkwmthuukuthelisa kakhulu ulamboghini kwamenza ukube afune ukwenz imoto ezokhhona ukugijima kakhulu ukudlula iizimpoto zakwa frrari ngenxa yendlela aphendulwe ngayo.

Urus

Udumo lwenkampani

[hlela |Hlela umthombo]

Indaba ye-Lamboghini yaqala lapho ngoba kulapha waqala khona ukwenza imoto yaklhe ngenhloso yokuba izikhona ukungenelela imiqudelwano enjengo le mans, ngempela u- farucio lamboghini waphumelela ekwenzeni lemoto yaphinde yakhona ukuhlula izimoto zakwaferari kulomqudelwano,nangaphandle kwalokho lokhu kwabnikeza udumo emhlabeni wonke lapha izigwili eziningi zaqala ukbalandelela ngoba zifuna ukubanayo imoto egijima kakhulu, ngemepla lapha baqala ukwakha imoto yabo yokuqala ekuyiyona ezodayiselwa yaizwa ngokuthi yi -350 GT eyashesha yathandwa ngabantu ngenxa yezindleko enazo, yayinezulalo ezimbili, lolohlobo lwemoto kwayakhiwa izimoto ezing-15o kuphela ezashesha zat6hengwa kwase kulandela ukudayiswa kezimoto ezinjongo 400GT, espada, Copuntach, miura, islero, jamara kanye ne Urracco[3][4].

Ukuthengwa kwayongeminyaka

[hlela |Hlela umthombo]

yango 1998 inkamapani yakwa lamboghini yaqala ukubvhekana nezinkinkinga zemaali okwayi phoqelela ukuba igcine isithathwe yi-yonkampani yakwa-VW eyayithenga ukuba iwele ngaphansi kwenkampani yabo ebizwa ngokuthi yi-VW group ekuyiyona ephethe ezinye izinkampani njengo-Audi, Bantley, bugatti, Seat, Coupra kanye ne-Man, Lapah i-Lamboghini Yaphatheka kahle kakhulu yase isikhulu yase ikhula yayoba yilento eyiyo namhlamje lapha isinezimoto eziningio njengo galardo, murcialago, hurrican, aventerdor, sesto elemento, Temaririo kanye no Urus, namhlamje inkampani yakwalamboghini isiyaziwa umhlaba wonke ngexa yezimoto ezinhle ezidayisayo

Imithombo

[hlela |Hlela umthombo]
  1. https://www.lamborghini-tractors.com/en-za/
  2. Jolliffe, David; Willard, Tony (2004).Lamborghini: Forty Years (Hardcover ed.). St. Paul, Minnesota: Motorbooks International. doi:10.1007/b62130. ISBN978-0-7603-1945-1. ISSN 0075-8434. Archived from the original on 20 July 2023. Retrieved 3 August 2012.
  3. https://www.lamborghini.com/en-en/history
  4. https://www.lamborghini.com/en-en#val-ht
"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=Lamborghini&oldid=116133" تان ورتل
Isigaba:

[8]ページ先頭

©2009-2025 Movatter.jp