Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

IziPhili

Mayelana Wikipedia

IsiPhili nomaIziPhili izintoeziphilayo ngokwemvelo, nezinesimiso sokuphila ngazodwa. Zonke iziPhili zakhiwaamangqamuzana. Iziphili zijinjwa ngokulandelaubungqwangqwa zibe amaqembu omangqamuzana(multicellar) bezilwane,izimila noKhunta; noma onongqamuzana(unicellular)abeyiziphilincinci ezinjengeZinambuluka(protista),iZinungwana(bacteria) neziNgunazane(archae). Zonke izinhlobo zeziphili ziyakwazi ukuzala, ukukhula nokuthuthuka, ukulondoloza, futhi ngezinga elithile ukusabela evusweni. Amabhungane, ama-squid, Imilenzene, amakhowe, nezimila ziyizibonelo zeziphili ezingomangqamuzana ezingahlukanisa izicubu ezikhethekile nezitho lapho zithuthuka.

I-Escherichia coli isiPhili esakhiweyisosha elilodwa, engabonakali ngeso elinquni, iphinde ibe yi-prokaryote futhi.
I-Amoebae yi-eukaryotes eyakhiwe yisosha elilodwa.
uKhunta olumboboningi kanye nezihlahla eziyi-angiosperm ngama-eukaryotes amakhulu, akhiwe ngamasosha amaningi.
Isihlahla sempilo(Carl Woese) esaziwa nge-Phylogenetic . Amagciwanyane awaveli lapha ngoba abukho ubufakazi bokuba ahlobene nalemibuso yempilo emithathu.
"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=IziPhili&oldid=106709" تان ورتل

[8]ページ先頭

©2009-2025 Movatter.jp