Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

Isizindalwebu

Mayelana Wikipedia
Isizindalwebu se-usap.gov

Isizindalwebu siyiqoqo lamakhasi olwebu nesiqikili esiyamaniswa nawo konke okuhlonzeka ngegama lesidlangala elilodwa futhi kushicilelwa ngesiphakeli lwebu esisodwa. Izibonelo zezizindalwebu i-Google,Facebook,Amazon, kanye ne-Wikipedia.


Zonke izizindalwebu ezifikelelwa umphakathi zakha iqoqovane elibizwauLwebu lomhlaba wonke. Kukhona nezizindalwebu ezisisulu ezifikelelwa kuphela ngoxhoxho olusisulu, ezifana nesizindalwebu somshumanqa sangaphakathi sabasebenzi bawo.

Izizindalwebu imvama zenzelwa ukuphatha isihloko esithile noma injongo ethile, efana nezindaba,imfundo, ezentengiselwano, ezokunandisa, noma izinkundla zokuxhumana. Ukukhongca phakathi kwamakhasi kuqondisa ukuphequlula isizinda, imvama okusungula ngekhasi lokuqala.

Abasebenzisi bangafikelela izizindalwebu ngezilekeleli ezihlukile, ezihlanganisaiziCikizi,iziGonwa,izibhebhe,noMakhalipha. Ihlelokusebenza elisetshenziswa kulezilekeleli libizwa isiphequluli.

"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=Isizindalwebu&oldid=103308" تان ورتل

[8]ページ先頭

©2009-2026 Movatter.jp