Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

Isixhakangqamu

Mayelana Wikipedia
Isixhakangqamu semvelendeni. izinkosa zivezwe ngombala obomvu, amathumbunci avezwe ngohlaza.

Isixhakangqamu siwuxhoxho oluyinkimbinkimbi, oluxhuma izinkosa(filaments) zezakhamzimba ezitholakalakwingqimbazana yawo wonkeamangqamuzana, kuhlanganisa nalezozezinungwana nezingunazana. Phakathi kwezimvelendeni(eukoryotes), ijija kusuka endenini yengqamuzana kuyaolwelwesini lwengqamuzana futhi yakhiwa izakhamzimba ezifanayoeziPhilini ezahlukahlukene. Yakhiwa izigcoyi ezintathu eziyinhloko, izinkosancinci(microfilaments), izinkosa ezingaphakathi kanye namathumbuncinci(microtubules), futhi konke lokhu kungakwazi ukukhula ngokushesha noma ukuqaqeka kuye ngezidingo zengqamuzana.

"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=Isixhakangqamu&oldid=102428" تان ورتل

[8]ページ先頭

©2009-2025 Movatter.jp