Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

IsAlahwe

Mayelana Wikipedia

Argon_discharge_tube

IsAlahwesiyinhlwa yevanga enophawu u-Ar nenani lobuchwe eliyi-18. Siseqenjini le-18lecansi lezinhlwa futhi siwuhowo oluntentemukayo. IsAlahwesiwuhowo lwesithathu oliyinala kakhulukumoyambulunga woMhlaba, ngenani elingu-0.934% (9340 ppmv ). Siyinala ngokuphindwe kabili kunomhwamuko wamanzi (olinganiselwa ku-4000 ppmv, kodwa uhluka kakhulu), sigcwele izikhathi eziphindwe ngama-23kunomcalahle ontuhlambili (400 ppmv), futhi siyinala izikhathi ezingaphezu kwama-500kunenkanyihwe (18 ppmv). IsAlahwe siwuhowo oluntentemukayo oliyinala kakhulu egobohleni lomhlaba, sakha okungaba -0.00015% lwegobohla.

"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=IsAlahwe&oldid=102265" تان ورتل

[8]ページ先頭

©2009-2025 Movatter.jp