Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

Insindiso

Mayelana Wikipedia

Insindisoinkolo yomuntu ukubauJesu Krestu wafa waphinde wavuka kwabafileyo (kwabaseKorinte bokuqala isahluko15:1-4). Insindiso kumuntu iza ngezwi LikaNkulunkulu, umuntu uyavuma ngomlomo ukuthi uJesu Kristu uyiNkosi akholwe ngenhliziyo ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo bese kuba ukusindiswa ( KwabaseRoma10:9-10 ). Indaba ngensindiso ikanje uNkulunkulu wanikela ngeNdodana yakhe uJesu Kristu ukuze kube yilowo nalowo okholwa uJesu Kristu angabhubhi kepha abe nokuphila okuphake ( ngokukaJohane 3:16 ). Bonke abamamukela bathola amandla okubizwa ngokuthi bangabantwana bakaNkulunkulu labo abakholwa egameni lakhe ( ngokukaJohane1:12 ) .

"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=Insindiso&oldid=115706" تان ورتل
Isigaba:

[8]ページ先頭

©2009-2026 Movatter.jp