Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

Indlovu

Mayelana Wikipedia

Umbuso(Regnum)Animalia(Izilwane)
Uzalo(Phylum)Chordata(Izilwane ezinomgogodla)
Iqembu(Classis)Mammalia(Izilwane ezincelisayo)
Uhlelo(Ordo)Proboscidea
Umndeni(Familia)Elephantidae(Izilwane ezifana nezindlovu)

Izindlovu (igama lesayensi:Elephantidae) ziyizilwane esikhulu ezincelisayo ezihlalae-Afrikane-Eshiya. Zimbili izinhlobo zezindlovu, yilezo okuthiwaindlovu yase-Afrika(Loxodonta) nendlovu yase-Eshiya(Elephas).

Izindlovu yizilwane ezikhulu emhlabeni wonke futhi yizilwane zihlakaniphile kakhulu! Kukhona izinhlobo ezimbili zezindlovu e-Asia futhi e-Africa.[1] Zahlala indawo yonke yase-Afrika. Abantu bahlaba izindlovu ngoba bafuna izinyo lendlovu. La mazinyo ayigugu kodwa manje ezizweni zikhulu zingavumelani nomthetho ukuzithengisa[2].

Izindlovu zinamandla zinkulu. Zinesikhumba esibambene noma esihlangene kodwa zithanda ukuzibhaceka ngoba udaka luvikela izikhumba zazo elangeni futhi kwizilwanyaze. Izindlovu zinezindlebe ezinkulu. Lezi zindlebe ziyazigwagwaza futhi zisiza ukuzipholisa[3].Kukhona izinhlobo ezimbili zezindlovu emhlabeni namuhla[4]


Izindlovu zihlala emihlambeni kodwa izinkunzi zahlala oyedwa. Uma amavukana ane-12 izinsuku zishiye umhlambi futhi ahlala kanye namavukana nentanga akhe. Izindlovu zingaphila ngaphezu kuna-60 noma 70 iminyaka kodwa ziyafa uma amazinyo azo edleka futhi azingadli kahle[5]. Izindlovu zisaba abantu kuphela kodwa uma zibuthakathaka amabhubhesi angazibulala.

Imithombo

[hlela |Hlela umthombo]

[6]

  1. https://www.worldwildlife.org/species/elephant
  2. https://www.environment.gov.za/response_question_increase_elephant_poaching_south_africa%5Bdead+link%5D
  3. https://asknature.org/strategy/large-ears-aid-cooling/#.W-sorfZFyM8
  4. https://www.worldwildlife.org/species/elephant
  5. https://www.nationalgeographic.com/animals/mammals/a/african-elephant/
  6. "Archive copy". Archived fromthe original on 2023-01-20. Kulandwe ngomhlaka2023-01-20.CS1 maint: Archived copy as title (link)
"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=Indlovu&oldid=112654" تان ورتل
Izigaba:
Isigaba esifihlakele:

[8]ページ先頭

©2009-2026 Movatter.jp