Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

Incwadi

Mayelana Wikipedia
Incwadi

Incwadi kuyinto efundwayo. Ziningi izincwadi emhlabeni, futhi incwadi ibhaliwa ngumuntu ngakho ke uma umuntu eloba ngaphakathi kwebhu lelo bhuku libizwa ngokuthi yincwadi. Zikhona izincwadi ezingabhalwanga lutho ezimele umuntu ukuthi azibhale. Incwadi noma izincwadi zibaluleke kakhulu kubantu ngoba yizona eziletha imfundiso kithina, imfundiso yamandulo leyo abantu abaningi abayikhohliwe. Izincwadi zisebenza njengendawo yokulondoloza imiqondo kanye namacebo wabantu. Lokhu kungasetshenziswa emva kweminyaka.

Izincwadi ziqukethwe umlandu wabantu, imfundiso, amakhono kanye nokunye okuningi. Thina singabantu ngeke sikwazi ukugcina konke esikwaziyo ezinqondweni ngoba sizokukhohlwa.Izinkondlo zika Zulu zigcinwa ngaphakathi kwezincwadi.


Le-athikhiliiyisigcino (isiNgisi: "a stub"). Ungakwazi ukusiza uWikipedia:ngokuyikhulisa.
"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=Incwadi&oldid=112024" تان ورتل
Isigaba:
Isigaba esifihlakele:

[8]ページ先頭

©2009-2025 Movatter.jp