IMozambiki República de Moçambique |
---|
|
 |
Isiqongo | IMaputo |
Izilimi | isiPutukezi |
---|
Uhulumeni |
---|
- | Umongameli | Filipe Nyusi |
- | Prime Minister | Adriano Afonso Maleiane |
Ukwenza |
---|
- | Ukuzisa ahlukanawOmbuso Ohlangeneyo | 25 June 1975 |
Ubukhulu |
---|
- | Jikelele | 801,590 km2 309,496 sq mi |
Inani labantu |
---|
- | 2023 ukulinganisa | 32,513,805 (45) |
- | Ixuku labantu | 28.7/km2 74.3/sq mi |
Imali | Mozambican metical |
---|
IMozambiki (noma iMozambique;isiPutukezi:Moçambique; isiChewa: Mozambiki; isiSwahili: Msumbiji; isiTsonga: Muzambhiki) yizwe eliseningizimu yezwekazi lase-Afrika. Yizwe elikhulu enezizwe eziningana ezihlala khona. Inhloko-dolobha yaseMozambikiiMaputo.
Imvelaphi yegama lesiPutukezi elithi Mozambique ayicaci ngokuphelele. Kukholokala ukuthi igama elithiMozambique lingase lisuselwe egameni lesi-Arabhu. U-Mussa Bin Bique (ngesi-Arabhu: موسى بن بيك) wayengumbusi wesiqhingi sase-Mozambique ngaphambi kokuba amaPutukezi athathe isiqhingi ngo-1544[1].
Izizwe zaseMozambiki zikhuluma izilimi eziningana. Iwebhusayithi yeGlottologue ibala izilimi ezingama-46, zaseMozambique[2]. IsiPutukezi saseMozambiki sisasetshenziswa njengolimi oluvamile ezindaweni eziningi zezwe.
- ↑SELLIER, Jean (2019-10-17).Une histoire des langues et des peuples qui les parlent (in French). La Découverte. ISBN978-2-348-05509-6.
- ↑https://glottolog.org/glottolog/language.map.html?country=MZ#5/-18.895/35.230