Movatterモバイル変換


[0]ホーム

URL:


Jump to content
Wikipedia
Bheka

EGoli (isifundazwe)

Mayelana Wikipedia
(Redirected fromGauteng)

EGoli nomaIGoli (Suthu,Tswana,isiNgisi: Gauteng;Tsonga: eXilungwini;isiXhosa:iRhawuti) yisifundazwe saseNingizimu Afrika. Ngobukhulu bendawo, lesifundazwe sincane kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika, kodwa ngenani labantu lesifundazwe sinkulu kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika.

EGoli (ngesiZulu)

ibheji lesifundazwe

Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika
Izwe

INingizimu Afrika

Isiqubulo"Unity in Diversity"
Idolobha elikhuluiGoli
Ubukhulu bendawo18.176 km²
Inani labantu (ngo-2011)12 272 263[1]
Inani labantu (ngo-2020)15 488 137
Izilimi[1]
Izinhlanga[1]
IsiqongoiGoli
UNdunankulu
David Makhura (ANC)
Iwebhusayithiwww.gautengonline.gov.zaArchived 2010-03-15 at theWayback Machine.

Igama elithi "Gauteng" ngesiSuthu nangesiTswana lisho ukuthi Kwindawo eneGolide ngamafuphi "iGoli" noma "eGoli" ngesiZulu. IGoli liyisifundazwe esicebile eNingizimu Afrika futhi sihlobe ngamabhilidi amakhuluku. Indawo yokuhwebela eGoli ibizwa nge-Johannesburg Stock Exchange (JSE), ise-Sandton kwelinye lamadolobha acebile e-Afrika yonkana. Amadolobha amakhulu eGoliyiGolinePitoli.

Amaphethelo

[hlela |Hlela umthombo]

IGoli linamaphethelo nalezifundazwe;

Izilimi

[hlela |Hlela umthombo]

Abantu baseGoli bakhuluma lezilimi; isiZulu, isiTswana, isiNgisi, isiBhunu, isiSuthu, isiXhosa, isiPedi kanye nezinye.

Izilimi ezikhulunywa kakhulu eGoli
     isiBhunu     isiNgisi     isiNdebele     isiXhosa     isiZulu     isiPedi     isiSotho     isiTswana     isiSwazi     isiVenda     isiTsonga     Alukho ulimi oludlula ezinye izilimi

Imithombo

[hlela |Hlela umthombo]
  1. 1.01.11.2Census 2011: Census in brief(PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012.ISBN 9780621413885.

Okuhlobene

[hlela |Hlela umthombo]


Izifundazwe zaseNingizimu AfrikaIfulegi laseNingizimu Afrika
iFleyistataiGauteng •Nyakatho KapaNtshonalanga Kapa
KwaZulu-NatalMpumalanga KapaLimpopoMpumalangaNyakatho-Ntshonalanga
Le-athikhiliiyisigcino (isiNgisi: "a stub"). Ungakwazi ukusiza uWikipedia:ngokuyikhulisa.
"https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=EGoli_(isifundazwe)&oldid=89279" تان ورتل
Izigaba:
Isigaba esifihlakele:

[8]ページ先頭

©2009-2025 Movatter.jp